notícias musicais

top 13 artistas

top 13 musicas

Confira a Letra Woza My Love

Blaq Diamond

Woza My Love

Heal my heart and touch my soul
Vele ngishawe luvalo, wangithanda ngingenanto
Ngelosi yami yokuphila, ngicel' uhlale nami
Uthando lwam dali, lubanzi lujulile
Ngifis' ukuchith' insuku zokuphila nawe
Ithemba lam dali, liyophelela kuwe
Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling

Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love
Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love

Sengihambe amakhilomitha mina, sengihamb' amakhilomitha mina
Ebusika bengizula ngifuna wena
Phela wena uyimfudumalo yami yeminyaka
Imizwa yami iyakhuluma masibukana
Ivel' ithi dali sondela ngithi manqa

Ufik' empilweni yam ilanga lisarhwalala
Buka manje sekuyakhanya kuyaqhakaza
Lalel' intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi
Lalel' intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi
Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi
Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi
Uthando lwam dali, lubanzi lujulile
Ngifis' ukuchith' insuku zokuphila nawe
Ithemba lam dali, liyophelela kuwe
Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling

Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love
Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love

Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love
Sthandwa sami, woza my love, woza my love
Bambo lwami, woza my love, woza my love

Uthando lwam dali, oh na na na
Ithemba lam dali, oh na na na
Oh babe

Tracker